|
I-Dianethiki iveza ukuthi umnyombo owodwa wobuhlungu, ukungathokozi kanye kanye nokuzingabaza empilweni yakho
- ngumqondo osabelayo (reactive mind).
Futhi ikukhombisa ukuthi ungawususa kanjani!
I-New York Times kanye nomdayisi odayisa kakhulu umhlaba wonke sebesize izigidi ukuba ziphile impilo ekahle kanye nenenjabulo.
I-DIYANETHIKI
Ngaphezu kuka 18,000,000 wamakhophi adayisile
Kungabe kubonakala sengathi kunesitha esicashile esisebenza siphikisana nawe, noma ngabe usebenza kanzima kanjani ukuze uphile? Sikhona.
Sibizwa ngokuthi umqondo osabelayo (reactive mind). Ungumnyombo wayo yonke imizwa engadingekile, ukwesaba, ukuzingabaza, kanye kanye neminjunju ehambisana nemicabango kanye nobuhlungu. I-Dianethiki iyona ndlela kuphela yokususa umqondo osabelayo bese ukhulula amandla akho okukwazi ukusebenza.
Abafundi abasuka zinkalo zonke bayavumelana nokuthi I-Dianethiki ibasizile:
ukuthola ukuzethemba empilweni okuthe xaxa
ukufinyelela ezinjongweni zabo
ukuthola ukuzihlonipha
Ukuthi bazizwe bekahle ngobubona
Ukuba babenempumelelo kunoma yini abayikhethayo.
U-L. Ron Hubbard ungomunye wababhali abatuswayo futhi abafundwa kakhulu bazo zonke izikhathi. Imisebenzi yakhe isidayise ngaphezulu kuka-120,000,000 wamakhophi ngezilimi ezingaphezu kuka-50 umhlaba wonke jikelele. Ukuphumelela kwakhe sekusize izigidi ukuba zizuze intokozo kanye nenkululeko yangokwempela.
Thenga lencwadi, yifunde, yisebenzise.
To Order Dianetics
Write to us or call!
North and South America
info@bridgepub.com
1-800-722-1733
All other parts of the world
books@newerapublications.com
(45) 33 73 66 66
| Home | Related Sites | The L. Ron Hubbard Bookstore | Order Dianetics
© 1999-2004 Church of Scientology International. All Rights Reserved.
For Trademark Information
|
|